Listen to Qoma (feat. Big Zulu & Siya Ntuli) by Blaq Diamond

Qoma (feat. Big Zulu & Siya Ntuli)

Blaq Diamond

Afro-Pop

249,118 Shazams

Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Blaq Diamond
Blaq Diamond
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Ndumiso Mdletshe
Ndumiso Mdletshe
Songwriter
Mfundo Khumalo
Mfundo Khumalo
Composer
Siyabonga Nene
Siyabonga Nene
Songwriter
Siphelele Dunywa
Siphelele Dunywa
Songwriter
Siyabonga Ntuli
Siyabonga Ntuli
Songwriter

Lyrics

Yelelele (Yeah) Oh we mama Sweety my lavoh, yeah Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Heh ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away (Heh) Ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami Ngizok'thengel' i-perfume ebizayo Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami (Ungikhumbule) Ngizok'thengel' i-perfume ebizayo Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw', eshu ntombi, kunini ngagcin' ukuzwa umama ekhaya ekikiza? (aw' weh) Kunini, ngagcin' uk'bona umakoti ebalen' ephithiza? (aw' weh) Kodwa ubaba utshela abantu ukuthi nje mina ng'yathithiza Awu, qoma ntombi, awu qome Ngubo ziyabanda, ng'yak'vumel' ekhaya ushikishe (aw' yeh) Inkomo zigcwel' isibaya (Aw' yeh) Mina eGoli ng'dlal' utshwala (Aw' wentombi) Kekh' oyol'vusa lelikhaya (uzizizwele mama) Hay' ubaba uyakhala, kuthani na? Zulu liyana le makhaya Aw', ntamba zakithi z'lel' is'thwathwa Aw', ntombi liyash' ikhaza Aw' inkomo zakithi zigcwel' isibaya (aw) (Wentombi!) Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam') Ubongifaka ma! Ngifake lavo! Oh, ikhaya lami! Ngihlala ngikhala kude, ngingedwa ekhaya lami! Bojabul' ubaba nomama ekhaya
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out