Top Songs By Nomfundo Moh
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Nomfundo Moh
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Nomfundo Moh
Composer
Celimpilo Manyathi
Composer
Martin Manqoba Sosibo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
NaXion Cross
Producer
Celimpilo Manyathi
Producer
Lyrics
(Yeah, you know it)
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Bafikil' abakhongi
Kuhlangenwe ngam' aw'boni? (Aw'boni)
Bezocel' isihlob' esihle kithi koMavela
Bengivele ngamafastela
Ngilokhu ng'shona le ngitatazela
Wang'shela kwaba njalo
Ubhuti indaba yakhe way'mela (Way'mela mela)
Ngibonani ngamehlo ami, ngibonani?
Ng'yaphuphani na? Ng'yaphuphani? (Ngabe ng'yaphupha?)
Kukhona nam' obon' unkosikazi kimi
Unesifiso sokuth' ng'yovus' umuzi wakini
Ng'ze ngazizwa ngiw'muntu
Ngazizwa ngimkhulu
Ng'yabonga kakhulu
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Injabulo is sky high
Ubhut' uy'khiphe zonke
Nam' angaz' kodw' umshado ngath' usondele
Ng'yambon' ubaba, ng'yambon' umama
Bona bajabule
Ng'yambon' ubaba
Eseng'bambe kwakungiqinisa ngengalo
Ng'yambon' umama esengiyalisisa ngalolu hambo
Uzuy'phathe kahle mtanami
Uhloniph' emzini mtanami
Umendo ke kaw'thunyelwa gundane
Noma kunzima ngicel' uy'bambe ziqine
Uzuy'phathe kahle mtanami
Uhloniph' emzini mtanami
Umendo ke kaw'thunyelwa gundane
Maw' kunzima ngicel' uy'bambe ziqine eh
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Aw' wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Mina ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Lyrics powered by www.musixmatch.com