Lyrics

Ubaba kaBafana Uyakhumbula dali sasisebasha seqa amafence masfuna ukubonana Uyakhumbula Dali sisebancane heee seqa amafence masfuna ukubonana Sasishawa mihlayonke phela umjolo isono kubazali Uyakhumbula Dali sisebancane heee seqa amafence masfuna ukubonana Babengazi ukuthi uNkulunkulu uyazi uhloseni ngothando lwethu Namhlanje ungumama kaBafana nami ngingubaba kabafana wena ukhulele enhlizweni Yami Thandolwethu ludala Dali wami lwadalwa singakadalwa nokudalwa mina nawe Sdalelwene Gugela kimi ntoyami awu kudala sgudla snethwa yizimvula kuloluthando lwethu
Writer(s): Sabelo Ngubane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out