Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Soul Brothers
Performer
COMPOSITION & LYRICS
David Masondo
Songwriter
Lyrics
Ngiyaz' ukuthi ngonile kuwena
kanti awusaxoli yini na?
kant' awusangizweli yini na?
Ngiyaz' ukuthi ngonile kuwena
kanti awusaxoli yini na?
kant' awusangizweli yini na?
Kuyaxatshanwa
kodwa k'buye k'xolelwane
Kuyaxatshanwa
kodwa k'buye k'xolelwane
Ngiyaz' ukuthi umangingalahlwa nguwe
ngisasekude ukuthol' ofana nawe
Ngiyaz' ukuthi umangingalahlwa nguwe
ngisasekude ukuthol' ofana nawe
Kuyaxatshanwa
kodwa k'buye k'xolelwane
Kuyaxatshanwa
kodwa k'buye k'xolelwane
Kuyaxatshanwa
kodwa k'buye k'xolelwane
Ngiyaz' ukuthi ngonile kuwena
kanti awusaxoli yini na?
kant' awusangizweli yini na?
Writer(s): David Masondo
Lyrics powered by www.musixmatch.com