Lyrics

NgiseGoli emafulethini Ay eHhostelaaa, ngith ngizozam'impilo Aw eGoli emafulethini Ay eHhostela mama, Ay'hlangan'impilo Usiziii bazali bami, shumi leminyaka ng'hambile ekhaya Usiziii bazali bami, shumi leminyaka ng'hambile ekhaya Usiziii aw'ngabantabami, shumi leminyaka ng'hambile ekhaya Sawbona mngan'wami kudala sagcinana Usuhlalaphi kanti uyizama ngaph' impilo Sawbona mngan'wami kudala sagcinana Usuhlalaphi kanti uyizama ngaph' impilo Seng'hambe kwaphel iminyaka Ngiyobuy'abantwana bekhule bengaka Mali kanti yini ubal'leke kangaka Ngoba seng'zame kangaka Ngingqongqozile yonke iminyango Ngamaketha wonk'amafemu Ngafesa wonke amagethi abhalwe no job Yey ng'zamile ng'hlulekile Mali ing'phunyukile Impilo ising'shiyile mama Ngike ng'cabang'ukuthath'isbhamu Ng'hambe ng'yokhomba Ng'yalesab'ijele mamaaa Usiziii bazali bami, shumi leminyaka ng'hambile ekhaya Usiziii bazali bami, shumi leminyaka ng'hambile ekhaya Usiziii aw'ngabantabami, shumi leminyaka ng'hambile ekhaya Sawbona mngan'wami kudala sagcinana Usuhlalaphi kanti uyizama ngaph' impilo Sawbona mngan'wami kudala sagcinana (Iya hhoo hhoo hhooo) Usuhlalaphi kanti uyizama ngaph' impilo Yebo wemnganami Ngitholile i-message Yazi ngagcina ngiw'tholil umsebenzi Ng'yazi wang'gcina ngifeyilile i-License Manje sengay'phasa ngingibel'iBM Baning'abang'shayelizandla Kodwa mina ng'shawa luvaloo Ngoba mang'buyel'ekhaya Maybe ng'yothol'ikhubaloo Ay mina ng'yasaba Ngob'owasekhay'umlandoo Wawungenak'sasa Bathi sofa s'ngenaluthoo Abathakath'baningi kodwa bafela ngaphakath Ang'phiki So yebo wemnganami (Iya hhooo) Ng'yazi k'dala sagcinana (Iya hhooo) Seng'hlala ngaph'eKapa (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Ngizam ngaph'impilo Yebo wemnganami (Iya hhooo) Ng'yazi k'dala sagcinana (Iya hhooo) Seng'hlala ngaph'eKapa (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Ngizamngaph'impilo kodwa Usiziii awu ngabantabami (Iya hho hhhhhhoooo hhhooo) (Iya hhooo) Shumi leminyaka (Iya hhooo) Ng'hambile ekhaya (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Sawbona mngan'wami (Iya hhooo) Kudala sagcinana (Iya hhooo) Usuhlalaphi kanti (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Uyizama ngaph' impilo Sawbona mngan'wami (Iya hhooo) Kudala sagcinana (Iya hhoo hhoo hhooo) Usuhlalaphi kanti (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Uyizama ngaph' impilo Usiziii (Iya hhooo) Bazali bami (Iya hhooo) Shumi leminyaka (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Ng'hambile ekhaya Usiziii (Iya hhooo) Bazali bami (Iya hhooo) Shumi leminyaka (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Ng'hambile ekhaya Usiziii awu ngabantabami (Iya hhooo) Shumi leminyaka (Iya hhooo) Ng'hambile ekhaya (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Sawbona mngan'wami (Iya hhooo) Kudala sagcinana (Iya hhooo) Usuhlalaphi kanti (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Uyizama ngaph' impilo Sawbona mngan'wami (Iya hhooo) Kudala sagcinana (Iya hhooo) Usuhlalaphi kanti (Iya hhooo mina ngikhumbul'ekhaya) Uyizama ngaph' impilo
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out