Lyrics

Baba oh baba iyeah iyeah Aw baba yeah Nkulunkulu uthando lwakho Ngithi nabantu lokhu khulu la Bonikela ngendodana halelluja siyabonga Sangena lapho, lapho kuthiwa baba Angene khona angaphumi aw baba Saphuma lapho, lapho ku kuthiwa aku akuphunywa ke Namhla Nkosi, siyamangala, umasibheka yeah emuva ah Kuba wena owawungenathi, ngabe safela endleleni Sesibonga umusa wakho baba Ukusigcina o othandweni lakho baba Ngoba wena ke Mvelinqali, wawungenathi Ngabe safel' endleleni Kulendlela wawungenathi ngabe safel' endleleni Kuba ke wena Jehova Kuba ke wena Mvelinqangi Kube ke wena Simakade (Kube ke wena baba ke aw baba siyabonga Jehova) (Kuba wena owawungenathi, ngabe safela endleleni) Kuba wena owawungenathi baba baba Ngabe safela endleleni baba Baba siyabonga
Writer(s): Sfiso Ronnie Ncwane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out