Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Mafikizolo
Mafikizolo
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mondli Ngcobo
Mondli Ngcobo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Mondli Ngcobo
Mondli Ngcobo
Producer

Lyrics

Sebethi abazingeni masixabene Kodwa masithandana bangena shi Sebethi abazingeni masixabene Kodwa masithandana bangena shi Ake basiqhelele, basinik' umoya Ake basiqhelele, bayek' umona Ake basixolele, basinik' umoya Ayi abasixolele, bayek' umona Ngeke balunge Ngeke basiqede Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala Ngeke balunge Ngeke basiqede Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala Bazondiza ngemishanelo abathakathi yhoo Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona Bazondiza ngemishanelo abathakathi yhoo Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona Ake basiqhelele, basinik' umoya Ake basiqhelele, bayek' umona Ake basixolele, basinik' umoya Ayi abasixolele, bayek' umona Ngeke balunge Ngeke basiqede Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala Ngeke balunge Ngeke basiqede Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala Abadede impela (abadede impela) Kufik' izingwazi (kufik' izingwazi) Abadede impela (abadede impela) Kufike thina (kufike thina) Abadede impela (abadede impela) Kufik' izingwazi (kufik' izingwazi) Abadede impela (abadede impela) Kufike thina (kufike thina) Aw weeh (weeh) Kufik' izingwazi (kufik' izingwazi) Aw weeh (weeh) Kufike thina (kufike thina) Aw weeh (weeh) Kufik' izingwazi (kufik' izingwazi) Aw weeh (weeh) Kufike thina (kufike thina) Ngeke balunge Ngeke basiqede Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala Ngeke balunge Ngeke basiqede Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala Ngeke balunge Ngeke basiqede Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala Ngeke balunge Ngeke basiqede Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out