Lyrics

Udalile izulu nomhlaba, Izinkanyezi nenyanga, Ilanga nasi isibhakabhaka, Sibonga nokukhanya kwelanga Indalo yonk' itusa ubukhulu bakho, Kudlala nezihlahla, zinanela umoya Kushintsha nezikhathi, kubanda nokushisa, Emini nant' ilanga, kusihlwa nants' inyanga Walidala izulu, umhlaba, inkanyezi nenyanga, Ilanga nesibhakabhaka, Wabona uThix' ukuba kulungile Walidala izulu, umhlaba inkanyezi nenyanga, Ilanga nesibhakabhaka, Ukukhanya siyabulela weMvelinqangi Izidalwa emazulwini, Ngish' ingelosi ezulwini, Zikhothama ziphos'imiqhele, Nkazimulo ekuwe NguBayede ubungenele, Ngob' uyiNkosi ephakeme, Yingakho sithi hallelujah Indumiso ekufanele Indumiso ekufanele
Writer(s): Siyanqoba Mthethwa, Sipho Ngubane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out