Lyrics

Akasoze angidela nanini Noma ngabe ngikuphi na UJehova unamandla okunqoba Ngingakhohlwa nganjani na ooh ooh yeah (Akasoze angidela nanini) (Noma ngabe ngikuphi na) (UJehova unamandla okunqoba) (Ngingakhohlwa nganjani na ooh ooh yeah) (Akasoze angidela nanini) (Noma ngabe ngikuphi na) (UJehova unamandla okunqoba) Ngeke ngimkhohlwe (ngingakhohlwa nganjani na) Ebumnandini nasezi nhlungwini Akaze angiyekele Ingakho na ngithembele kuye Inhliziyo yami, uthando lwami ngilinikela kuye (Nginethemba kuye ngobuholi) Ohh ngakhokonke enginakho (Umusa wakhe ukimi kungunaphakade) (Konke kuye kuyenzeka) Ngiyemethemba! (Ngiyemethemba ukuthi ngeke angiyekele) Ebuhleni nasebubini, (ngakho konke enginakho) uhlala nami Ngiyazethemba ngaye, akajiki hhe yii (Unomusa uJesu kimi unobubele kimi, kimi) (Konke kuye kuyenzeka) oh oh yeah (Akasoze wangijikela nanini) nomangabe ngikuphi Noma ngabe ngijabulile ngiyamthanda (UJehova unamandla okunqoba) unqobe noma kukuphi lapho (Ngingakhohlwa ngeke ngimkhohlwe mina) Akasiye umuntu ongaqamba amanga uJesu (akasoze angijikela mina) Akajiki ufana nezolo, konk' okwakhe kuneqiniso (noma ngabe ngikuphi na) Hoo hoo woo! (UJehova unamandla okunqoba) Ithemba lakho malikuye! (Ngingakhohlwa kanjani na)
Writer(s): Sfiso Ronnie Ncwane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out